uSomlomo woMkhandlu uKhansela Mduduzi Ngwenya, uqhubeke nohlelo lokuvakashela uBukhosi baseMkhondo.
Namhlanje, 19 April 2024, uKhansela Ngwenya ubambe umhlangano noBukhosi bakwaMahlobo, KwaNdwalaza, ngenhloso yokudingida izindlela zokusebenzisana naMakhosi, ukuze kutholakale umhlahlandlela wokusiza umphakathi.
iNkosi uMahlobo ilushayele izandla loluhlelo lukaSomlomo lokuvakashela ubukhosi obungaphansi kuka Maspala waseMkhondo lokusebenzisana.
Leave a comment